ULevitikusi 22:13 - Contemporary Zulu Bible 202413 Kepha uma indodakazi yompristi ingumfelokazi noma ihlukanisiwe, ingenamntwana, ibuyele endlini kayise njengasebusheni bayo, ingadla ukudla kukayise; kodwa umfokazi makangalidli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Kepha uma indodakazi yompristi ingumfelokazi noma ingolahliweyo ingenamntwana, bese yibuyela endlini kayise njengasebusheni bayo, iyakudla isinkwa sikayise; kepha umfokazi makangasidli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202013 Kodwa uma indodakazi yomphristi ingumfelokazi noma ilahlwe yindoda, ingenamntwana, bese ibuyela endlini kayise njengasebusheni bayo, iyakusidla isinkwa sikayise, kepha umfokazi akayukusidla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |