Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 20:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 “ ‘Uma indoda ilala nowesifazane onesifo sakhe, ambule ihlazo lakhe; wembula umthombo wakhe, wembula umthombo wegazi lakhe; futhi bobabili bayonqunywa phakathi kwabantu bakubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 “ ‘Uma umuntu elala nowesifazane onefindo lakhe, ambule ubunqunu bakhe, unqunisile umthombo wakhe, naye wambulile umthombo wegazi lakhe; bobabili bayakunqunywa kubantu bakubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 “ ‘Uma umuntu elala nowesifazane osesikhathini, embule ubunqunu bakhe, umembulile esesikhathini, naye uzembulile esesikhathini, ngakho-ke bobabili bayonqunywa kubantu bakubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 20:18
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Loba ngubani obutha into enjengale kumbe obeka enye yazo kowezizweni, kumele axotshwe ebantwini bakibo.


Akadlanga ezintabeni, akaphakamiselanga amehlo akhe ezithombeni zendlu yakwa-Israyeli, akamngcolisanga umkamakhelwane wakhe, akasondelanga kowesifazane osesikhathini;


Bambulé kuwe ihlazo lawoyise; kuwe bathobisa labo ababehlukaniselwe ekungcoleni.


Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi: Uba owesifazana ekhulelwa, azale indoda, uzakuba ngongcolileyo insuku eziyisikhombisa; ngokwezinsuku zokuhlukaniswa ngenxa yokugula kwakhe kumelwe abe ongcolile.


Uma umuntu elala naye, ukungcola kwakhe kuphezu kwakhe, uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa; wonke umbhede alala kuwo uyakuba ngongcolile.


Futhi ungasondeli kowesifazane ukuze uveze ihlazo lakhe, uma nje eyedwa ngenxa yokungcola kwakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ