ULevitikusi 19:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Uma unikela ngomnikelo wokubonga kuJehova, uyakunikela njengokuthanda kwakho; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 “ ‘Nxa ninikela kuJehova ngomhlatshelo weminikelo yokuthula, anonikela ngawo ukuba namukeleke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 “ ‘Lapho ninikela ngomhlatshelo wokuthula kuSimakade, niyowunikela ngendlela eyokwenza namukeleke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Uma isikhulu silungiselela ngokuzithandela umnikelo wokushiswa wesihle noma imihlatshelo yokubonga kuJehova, siyakusivulela isango elibheke ngasempumalanga, silungise umnikelo waso wokushiswa nemihlatshelo yaso yokubonga njengalokho senzile ngosuku lwesabatha. Khona-ke kumelwe aphume; ngemva kokuba esephumile, othile kumelwe avale isango.