1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
1 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
Kumelwe kube yisimiso esiphakade kini ukwenzela abantwana bakwa-Israyeli ukubuyisana kanye ngomnyaka ngenxa yazo zonke izono zabo. Wenza njengalokho uJehova emyalile uMose.
Yisho ku-Aroni nakumadodana akhe nakubo bonke abantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nansi indaba uJehova ayale ngayo ngokuthi: