ULevitikusi 16:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Uyakwembatha ingubo engcwele yelineni, abe nebhulukwe lelineni emzimbeni wakhe, abhince ibhande lelineni, abhince nomshuqulo welineni; lezi ziyizingubo ezingcwele; ngakho-ke kufanele ageze umzimba wakhe ngamanzi futhi awugqoke kanje. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 embathe ibhantshi elingcwele lelineni, abe nebhulukwe lelineni emzimbeni wakhe, abhince ibhande* lelineni, afake isigqoko selineni; lezi ziyizambatho ezingcwele; uyakugeza umzimba wakhe ngamanzi, azembathe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20204 embethe ibhantshi lelineni elingcwele, efake ibhulukwe lelineni, ezibophe ngebhande lelineni, ethwele umshuqulu welineni. Lezo yizembatho ezingcwele. Uyakugeza umzimba wakhe ngamanzi, bese ezigqoka. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |