Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 15:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Uma umuntu elala naye, ukungcola kwakhe kuphezu kwakhe, uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa; wonke umbhede alala kuwo uyakuba ngongcolile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 “ ‘Uma indoda ilala naye, ukungcola kwakhe kube kuyo, iyakuba ngengcolile izinsuku eziyisikhombisa; nayo yonke imibhede alala kuyo iyakuba ngengcolile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 “ ‘Uma owesilisa elala naye, ukungcola kwakhe kuyakuba kuye, uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa; nayo yonke imibhede alala kuyo iyakuba ngengcolileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 15:24
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Akadlanga ezintabeni, akaphakamiselanga amehlo akhe ezithombeni zendlu yakwa-Israyeli, akamngcolisanga umkamakhelwane wakhe, akasondelanga kowesifazane osesikhathini;


Bambulé kuwe ihlazo lawoyise; kuwe bathobisa labo ababehlukaniselwe ekungcoleni.


Uma kuphezu kombhede wakhe noma nakunoma yini ahlala kuyo, uma eyithinta, uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Nakulowo ogulayo ngenxa yokungcola kwakhe, nakocucuzayo, endodeni, nakowesifazane, nakulowo olala nongcolile.


Futhi ungasondeli kowesifazane ukuze uveze ihlazo lakhe, uma nje eyedwa ngenxa yokungcola kwakhe.


“ ‘Uma indoda ilala nowesifazane onesifo sakhe, ambule ihlazo lakhe; wembula umthombo wakhe, wembula umthombo wegazi lakhe; futhi bobabili bayonqunywa phakathi kwabantu bakubo.


Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, nombhede ungabi nasisihla, kepha izifebe neziphingi uNkulunkulu uyakuzahlulela.


Bathandekayo, ngiyanincenga njengabafokazi nezihambi ukuba nidede ezinkanukweni zenyama ezilwa nomphefumulo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ