Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 15:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Yilowo nalowo othinta into ebiphansi kwakhe uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Bonke abathinta into eyayiphansi kwakhe bayakuba ngabangcolile kuze kuhlwe, nalowo othwala lezo zinto uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Bonke abathinta into ebiphansi kwakhe bayakuba ngabangcolileyo kuze kuhlwe, nalowo othwala into enjalo, uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolileyo kuze kuhlwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 15:10
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyakugeza izandla zami ngingenacala; kanjalo ngiyakuzungeza i-altare lakho, Jehova;


Ngalokho niyakuba ngabangcolile: yilowo nalowo othinta isitengo saso uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Noma yimuphi ocucuzayo amthinta futhi engagezanga izandla zakhe ngamanzi, kumelwe ahlanze izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.


Noma ubani othinta umbhede wakhe kumelwe ahlanze izingubo zakhe futhi ageze ngamanzi abe ongcolile kuze kuhlwe.


Uma ocucuzayo emkhafulela ohlambulukileyo; uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.


Zonke izihlalo akhwela kuzo ocucuzayo ziyakuba ngezingcolile.


Konke okuthinta ongcolileyo kuyakuba ngokungcolile; nomphefumulo oyithintayo uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Sondelani kuNkulunkulu, laye uzasondela kini. Hlambululani izandla nina zoni; nihlanze izinhliziyo zenu nina eninhliziyombili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ