Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 13:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Ngosuku lwesikhombisa umpristi kumelwe abheke utwayi, abone uma utwayi lungandile esikhumbeni futhi lungabonakali lushonile kunesikhumba; khona-ke umpristi kumelwe athi uhlanzekile; kumelwe ahlanze izingubo zakhe futhi ahlanzeke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 ngosuku lwesikhombisa umpristi abheke umuna; uma umuna ungandile esikhumbeni, futhi ubonakala ungashonile kunesikhumba, bheka, umpristi makasho athi uhlambulukile; makahlanze izingubo zakhe, ahlambuluke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 Ngosuku lwesikhombisa uyomhlola onomuna. Uma umuna ungandanga esikhumbeni, futhi ubonakala ungashonile kunesikhumba, umphristi uyakumemezela ukuthi uhlambulukile. Uyohlanza izingubo zakhe, ahlambuluke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 13:34
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

umpristi asibheke isifo, abone uma sishonile kunesikhumba esibonakalayo; futhi kulo kukhona izinwele eziphuzi ezizacile; umpristi makasho athi ungcolile: kulutwayi olomile, uchoko ekhanda noma esilevini.


Uyakuphuca, kepha angaphuculi utwayi; umpristi amvalele ngotwayi ezinye izinsuku eziyisikhombisa.


Kepha uma utwayi lwandile esikhumbeni emva kokuhlanjululwa kwakhe;


Bathandekayo, ningakholwa yibo bonke omoya, kodwa hlolani omoya ukuthi bangabakaNkulunkulu yini; ngokuba baningi abaprofethi bamanga abaphumele ezweni.


Ngiyayazi imisebenzi yakho, nomshikashika wakho, nokubekezela kwakho, nokuthi ungebekezelele ababi;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ