Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 11:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Nembila, ngokuba iyetshisa, kepha izinzipho azihlukani; ungcolile kini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 nembila, ngokuba iyetshisa, ingahlukanisi kodwa inselo; ingcolile kini;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 imbila, nakuba nayo yetshisa, kodwa ayinazo izinselo ezehlukene; ingcolile kini;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 11:5
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bafa besebasha, nokuphila kwabo kuphakathi kwabangcolileyo.


Amagquma aphakeme ayisiphephelo sezinyamazane; namadwala ngamacone.


Izigaxa ziyisizwe esibuthakathaka, kodwa zakha izindlu zazo emadwaleni;


Konke okudabula izinzipho nezinyawo eziqhekezayo, okwetshisayo phakathi kwezilwane, ningazidla.


Kepha kwezetshisayo aniyikuzidla nakwezidabula izinselo, njengekamela, ngokuba liyetshisa, lingadabuli izinselo zalo; ungcolile kini.


Nomvundla, ngokuba uyetshisa, kepha izinzipho awehlukani; ungcolile kini.


Njalo yilowo nalowo owezwa lawa mazwi ami, angawenzi, uyakufaniswa nendoda eyisiwula eyakha indlu yayo phezu kwesihlabathi;


Kodwa aniyikukudla kwezetshisayo, lezidabula izinzipho; njengekamela nonogwaja kanye nesigaxa; ngokuba ziyetshisa, kepha azihlukanisi izinzipho; ngalokho zingcolile kini.


benesimo sokumesaba uNkulunkulu, kepha amandla ako bewaphika;


Bavuma ukuthi bayamazi uNkulunkulu; kodwa bayamphika ngemisebenzi, benengekayo, nabangalaleliyo, nakuyo yonke imisebenzi emihle bengaboshiwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ