ULevitikusi 11:32 - Contemporary Zulu Bible 202432 Konke okuwela kukho enye yazo isifile, kuyakuba ngokungcolile; noma kuwukhuni, noma kuyingubo, noma kuyisikhumba, noma kuyisikhwama, noma kuyiyiphi into okusetshenzwa ngayo, iyakuphonswa emanzini, ibe ngongcolile kuze kuhlwe; ngakho lizahlanjululwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE32 Konke esiwela phezu kwakho esinye sazo sezifile kuyakuba ngokungcolile, noma kuyinto yomuthi noma yingubo noma yisikhumba noma yisaka noma yintoni okusetshenzwa ngayo; makufakwe emanzini, kube ngokungcolile kuze kuhlwe; khona kuyakuhlanzeka. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202032 Konke esiyowela phezu kwakho sesifile kuyakuba ngokungcolileyo, noma ngumuthi, noma yingubo, noma yisikhumba, noma yisaka, noma ngabe yini nje okusetshenzwa ngayo; kuyakufakwa emanzini, kube ngokungcolile kuze kuhlwe; khona kuyakuhlanzeka. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |