Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 11:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Ingcolile kini phakathi kwezilwanyana ezinwabuzelayo; bonke abayithintayo isifile bayakuba ngabangcolile kuze kuhlwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Yilezo ezingcolile kini phakathi kwezilwanyana ezinwabuzelayo; bonke abazithintayo sezifile bayakuba ngabangcolile kuze kuhlwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Zonke lezi zilwane zingcolile kini phakathi kwezilwane ezihuquzelayo; oyothinta isidumbu saso uyakuba ngongcolile kuze kube kusihlwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 11:31
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu wathi: “Amanzi mawagcwale uswebezane lwezilwanyana ezinwabuzelayo, nezinyoni ezindiza phezu komhlaba emkhathini wezulu.”


inselele, nonwabu, noluka, nomnenke, nemvukuzane.


Konke okuwela kukho enye yazo isifile, kuyakuba ngokungcolile; noma kuwukhuni, noma kuyingubo, noma kuyisikhumba, noma kuyisikhwama, noma kuyiyiphi into okusetshenzwa ngayo, iyakuphonswa emanzini, ibe ngongcolile kuze kuhlwe; ngakho lizahlanjululwa.


Aniyikudla inyama yazo, ningathinti isidumbu sazo; zingcolile kini.


Lowo ongena endlini ngaso sonke isikhathi ivaliwe uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Umpristi kumelwe awalungiselele, elinye libe ngumnikelo wesono elinye libe ngumnikelo wokushiswa; umpristi amenzele ukubuyisana phambi kukaJehova ngokucucuza kwakhe.


Lowo odedela impongo ka-Azazeli uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze umzimba wakhe ngamanzi, angene ekamu.


Yilowo nalowo muntu odla okuzifeleyo noma okudweshulwe emfuyweni, kungakhathaliseki ukuthi ungowakubo noma ungowemzini, kumelwe ahlanze izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kube yileso sikhathi uyoba ongcolile iIhlanzekile.


Umphefumulo othinte into enjalo uyoba ongcolile kuze kuhlwe futhi ngeke uzidle izipho ezingcwele ngaphandle kokuba ugeze umzimba wakhe ngamanzi.


Umpristi kumelwe ahlanze izingubo zakhe futhi ageze umzimba wakhe ngamanzi, ngemva kwalokho angene ekamu, umpristi abe ngongcolile kuze kuhlwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ