Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 10:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 UMose wabiza uMishayeli no-Elsafani, amadodana ka-Uziyeli, uyisekazi ka-Aroni, wathi kubo: “Sondelani nikhiphe abafowenu ngaphandle kwekamu phambi kwendlu engcwele;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UMose wabiza oMishayeli no-Elisafani amadodana ka-Uziyeli, uyisekazi ka-Aroni, wathi kubo: “Sondelani, nibasuse abafowenu ngaphambi kwendlu engcwele, nibakhiphele ngaphandle kwekamu.*”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 UMose wabiza uMishayeli no-Elizafani, amadodana ka-Uziyeli, umfowabo ka-Aroni, wathi kubo: “Sondelani, nibasuse abafowenu phambi kwendawo engcwele, nibakhiphele ngaphandle kwenkambu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 10:4
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaKohati: ngoShela; u-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli.


UMose walithatha itabernakele, walimisa ngaphandle kwekamu, kude nekamu, walibiza ngokuthi itende lokuhlangana. Bonke ababeyifuna iNkosi baphuma, baya etendeni lokuhlangana elalingaphandle kwekamu.


Amadodana kaKohati ngo u-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli; iminyaka yokuhamba kukaKohati yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nantathu.


Amadodana ka-Uziyeli: uMisayeli no-Elsafani noSitri.


Amadodana kaKohati ngemindeni yawo; u-Amramu no-Ishehari, uHebroni no-Uziyeli.


Isikhulu sendlu kayise wemindeni yamaKohati siyakuba ngu-Elishafani indodana ka-Uziyeli.


Esesondela ngasesangweni lomuzi, bheka, kwakukhona ofileyo ekhishelwa phandle, indodana eyodwa kanina, yena engumfelokazi, nabantu abaningi bomuzi babe naye.


Zase zisukuma izinsizwa, zambopha, zamkhiphela phandle, zammbela.


Amadoda akholwayo amngcwaba uStefanu, amkhalela kakhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ