Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 9:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kwathi ekupheleni kwezinsuku ezintathu benze isivumelwano labo, bezwa ukuthi bangomakhelwane babo lokuthi bahlala phakathi kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kwathi emva kwezinsuku ezintathu sebesenzile isivumelwano nabo, bezwa ukuthi bangabakhelwane babo nokuthi bahlala phakathi kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Emveni kwezinsuku ezintathu besenzile isivumelwano nazo, bezwa ukuthi zingomakhelwane babo nokuthi zihlala phakathi kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 9:16
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Udebe lweqiniso luyakuma kuze kube phakade, kepha ulimi lwamanga lungomzuzwana.


UJoshuwa wenza ukuthula nabo, wenza isivumelwano nabo ukubayeka baphile; nezinduna zebandla zafunga kubo.


Abantwana bakwa-Israyeli basuka, bafika emizini yabo ngosuku lwesithathu. Imizi yabo yayiyiGibeyoni, neKefira, neBheroti, neKiriyati Jeharimi.


UJoshuwa wababiza, wakhuluma kubo, wathi: “Nisikhohliseleni ngokuthi: ‘Sikude kakhulu nani; lapho uhlala phakathi kwethu?


Base bethi kuye: “Izinceku zakho zivela ezweni elikude kakhulu ngenxa yegama likaJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba sizwile umbiko wakhe nakho konke akwenzayo eGibithe,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ