Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 8:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Khona-ke kumelwe usuke lapho oqamekele khona uwuthathe umuzi, ngoba uJehova uNkulunkulu wakho uyowunikela esandleni sakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 niyakusuka ekuqamekeleni, niwudle umuzi, ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu uyakuwunikela esandleni senu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 niyakuvuka niwuthelekele umuzi, niwudle, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wenu uzowunikela ezandleni zenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 8:7
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNahamani induna yempi yenkosi yase-Aramu wayengumuntu omkhulu enkosini yakhe nodumo, ngokuba ngaye uJehova wanikela kuma-Aramu; naye wayeyiqhawe elinesibindi, kodwa enochoko.


UJehova wayesethi kuJoshuwa: “Ungesabi, ungapheli amandla; thatha bonke abantu bempi kanye nawe, uqede, ukhuphukele e-Ayi; bheka, ngiyayinikela esandleni sakho inkosi yase-Ayi, nabantu bayo, nomuzi wayo, nezwe layo;


(ngokuba bayakuphuma emva kwethu) size sibadonsele ngaphandle komuzi; ngoba bazakuthi: Babaleka phambi kwethu njengakuqala; ngakho-ke siyakubabalekela.


Lapho seniwuthathile umuzi, kumelwe niwuthungele ngomlilo; ngokomyalo kaJehova kumelwe nenze. Bhekani, nginiyalile.


UDavida wasephinda wabuza kuJehova. UJehova wamphendula, wathi: “Suka wehlele eKehila; ngokuba ngiyakuwanikela amaFilisti esandleni sakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ