UJoshuwa 8:19 - Contemporary Zulu Bible 202419 Abaqamekeli bavuka masinyane endaweni yabo, bagijima lapho nje elula isandla sakhe; bangena emzini bawuthatha baphuthuma bawuthungela ngomlilo umuzi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Abaqamekeleyo bashesha basuka endaweni yabo, bagijima lapho eselula isandla sakhe, bangena emzini, bawuthatha; bawuthungela ngomlilo masinyane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202019 Wathi ukuba aselule isandla sakhe, ababebalalele unyendle bathi vumbu lapho babegwace khona, banikela emzini. Bangena emzini, bawudla, ngokushesha bawuthungela ngomlilo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |