Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 8:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Bonke abantu ababese-Ayi babizelwa ndawonye ukuba babaxoshe, bamxosha uJoshuwa, basuka emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Bonke abantu basemzini babizwa ukuba babaxoshe; bamxosha uJoshuwa, basuswa emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Ngakho-ke bonke abantu ababesemzini babizelwa ndawonye ukuba babaxoshe. Besaxosha uJoshuwa baya ngokuya bededa emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 8:16
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova uyaziwa ngesahlulelo sakhe; omubi uhileleke emsebenzini wezandla zakhe. I-Higgaion. Sela.


Akwasala muntu e-Ayi naseBethele ongaphumanga ukulandela u-Israyeli; bawushiya umuzi uvulekile, baxosha u-Israyeli.


Ngokuba bayimimoya yamademoni, eyenza izibonakaliso, ephumela emakhosini omhlaba wonke ukubabuthela ekulweni kosuku olukhulu lukaNkulunkulu uMninimandla onke.


Abantwana bakwaBenjamini baphuma ukulwa nabantu, basuswa emzini; baqala ukuhlasela nokubulala abanye babantu njengakuqala emigwaqweni emikhulu, omunye wabo okhuphukela endlini kaNkulunkulu, omunye eGibeya endle, kungathi amadoda angamashumi amathathu akwa-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ