Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 8:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wathatha amadoda kungathi izinkulungwane eziyisihlanu, wawaqamekela phakathi kweBethele ne-Ayi ngasentshonalanga komuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wathatha amadoda kungathi izinkulungwane eziyisihlanu, wawaqamekelisa phakathi kweBethele ne-Ayi ngasentshonalanga komuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Wakhetha amabutho ayizi-5 000 wawabeka phakathi kweBhetheli ne-Ayi, entshonalanga e-Ayi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 8:12
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wasuka lapho wenyukela entabeni esempumalanga kwaseBethele, wamisa itende lakhe, iBethele lingasentshonalanga ne-Ayi ngasempumalanga; wamakhela khona uJehova i-altare, wabiza igama likaJehova.


Waqamba leyo ndawo ngokuthi iBethele, kepha igama lalowo muzi laqala ngokuthi iLus.


Bonke abantu, amadoda empi ayekanye naye, bakhuphuka, basondela, bafika phambi komuzi, bamisa ngasenyakatho kwase-Ayi; kwakukhona isigodi phakathi kwabo ne-Ayi.


Lapho sebemisa amadoda, yonke impi eyayisenyakatho yomuzi, nabaqambimanga bayo ngasentshonalanga komuzi, uJoshuwa wahamba ngalobo busuku phakathi nesigodi.


Indlu kaJosefa nayo yakhuphukela eBethele, futhi uJehova wayenabo.


USawule wafika emzini ka-Amaleki, walala phansi esigodini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ