Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 6:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 IJeriko lalivaliwe ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli; akuphumi muntu kungangeni muntu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 IJeriko lalivalile amasango alo ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli; kwakungaphumi muntu, kungangeni muntu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Amasango eJerikho ayevaliwe ngaphakathi nangaphandle ngenxa yabantu bakwa-Israyeli; kwakungaphumi futhi kungangeni muntu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 6:1
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho bemtshela uDavide, wathumela ukuwahlangabeza, ngokuba amadoda ayenamahloni kakhulu; inkosi yathi: Hlalani eJeriko, zize zihlume izindevu zenu, bese nibuya.


Inkosi yase-Asiriya yafumana ugobe kuHoseya, ngokuba yathuma izithunywa enkosini yaseGibithe, ingalethi isipho enkosini yase-Asiriya njengokwenza kwakhe iminyaka ngeminyaka; ngalokho inkosi yase-Asiriya yamvalela, yambopha etilongweni.


UElija wasesithi kuye: Elisha, hlala lapha; ngoba iNkosi ingithumile eJeriko. Wathi: Kuphila kukaJehova nokuphila komphefumulo wakho, angiyikukushiya. Base befika eJeriko.


IsiHlabelelo SeziHlabelelo. Uma uJehova engayakhi indlu, basebenzela ize abayakhayo; uma uJehova engawulindi umuzi, umlindi uphaphamela ize.


Wehla usuka eJanoha waya e-Atharoti naseNaharati, wafika eJeriko, waphuma eJordani.


Imizi yesizwe sabantwana bakwaBenjamini ngemindeni yabo yayiyiJeriko, neBeti Hogila, nesigodi saseKezizi;


UJoshuwa indodana kaNuni wathuma amadoda amabili eShithimi ukuba abe yizinhloli ngasese, wathi: “Hambani nibone izwe laseJeriko.” Base behamba, bafika endlini yesifebe, uRahabi, balala khona.


Bathi kuJoshuwa: “Impela uJehova unikele lonke izwe esandleni sethu; ngokuba bonke abakhileyo ezweni bayabhubha ngenxa yethu.


Amadoda abaxosha ngendlela eya eJordani kwaze kwaba semazibukweni; kwathi lapho ababebaxosha sebephumile, balivala isango.


Induna yempi kaJehova yathi kuJoshuwa: “Khumula izicathulo zakho onyaweni lwakho; ngoba indawo omi kuyo ingcwele. UJoshuwa wenze njalo.


UJehova wathi kuJoshuwa: “Bheka, nginikela esandleni sakho iJeriko nenkosi yalo namaqhawe anamandla;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ