Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 5:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Imana lanqamuka ngangomuso sebedlile ukolweni wezwe; abantwana bakwa-Israyeli ababa naso imana; kepha badla ezithelweni zezwe laseKhanani ngalowo mnyaka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Imana* lanqamuka ngangomuso, nxa sebedla ezithelweni zezwe; abakwa-Israyeli ababe besaba nemana futhi, kepha base bedla ezithelweni zezwe laseKhanani ngalowo mnyaka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Yanqamuka imana ngosuku abaqala ngalo ukudla umkhiqizo weKhanani, abantu bakwa-Israyeli ababange besaba nayo imana, badla izithelo zeKhanani ngalowo nyaka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 5:12
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantwana bakwa-Israyeli badla imana iminyaka engamashumi amane, baze bafika ezweni elakhiweyo; badla imana baze bafika emikhawulweni yezwe laseKhanani.


Umuntu omuhle ushiyela abantwana bakhe ifa, ingcebo yesoni ibekelwe olungileyo.


Khona-ke kumelwe, uma nidla isinkwa sezwe, ninikele ngomnikelo wokuphakanyiswa kuJehova.


Mina ngalithuma ukuvuna lokho eningakusebenzelanga;


Badla ngosuku olulandelayo emva kwephasika ukolweni wezwe, amaqebelengwane angenamvubelo nokolweni okuthosiwe ngalolo suku.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ