15 UJehova wakhuluma kuJoshuwa, wathi:
15 USimakade wathi kuJoshuwa:
Ngalolo suku uJehova wamenza waba mkhulu uJoshuwa emehlweni abo bonke abakwa-Israyeli; bamesaba njengalokho babemesaba uMose zonke izinsuku zokuhamba kwakhe.
Yala abapristi abathwala umphongolo wobufakazi ukuba benyuke eJordani.