UJoshuwa 22:25 - Contemporary Zulu Bible 202425 Ngokuba uJehova wenze iJordani laba umkhawulo phakathi kwethu nani bantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi. Awunasabelo kuJehova; ngakho abantwana benu bazakwenza ukuthi abantwana bethu bayeke ukumesaba uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 UJehova wenzile iJordani umkhawulo phakathi kwethu nani, nina bantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi; aninasabelo kuJehova;’ abantwana benu bese bebuyisela emuva abantwana bethu ukuba bangabe besamesaba uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202025 Ngokuba uSimakade ulenzile iJordani laba ngumngcele phakathi kwethu nani, nina bakwaRubeni nabakwaGadi; aninasabelo kuSimakade.’ Izingane zenu zingenza abantwana bethu bayeke ukukhonza uSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kodwa ukuze kube ngubufakazi phakathi kwethu lani lezizukulwaneni zethu ngemva kwethu, ukuze sifeze inkonzo kaJehova phambi kobuso bakhe ngeminikelo yethu yokutshiswa lemihlatshelo yethu langeminikelo yethu yokubonga; ukuze abantwana benu bangasho ngesikhathi kubantwana bethu ukuthi: Aninasabelo kuJehova.