UJoshuwa 22:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Sebefike emikhawulweni yaseJordani esezweni laseKhanani, abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nengxenye yesizwe sakwaManase bakha khona i-altare ngaseJordani, i-altare elikhulu ukuba libukeke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 sebefike eziyingeni zamatshe ngaseJordani ezisezweni laseKhanani abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase bakha khona i-altare ngaseJordani, liyi-altare elikhulu ukubonakala kwalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202010 Kwathi lapho befika emngceleni eJordani, eKhanani, abozalo lukaRubeni, abolukaGadi, nengxenye yesizwana sakwaManase bakha i-althare elikhulu kakhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |