Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 21:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Imindeni yabantwana bakwaMerari, insali yamaLevi, esizweni sakwaZebuloni, iJokineyamu namadlelo alo, neKaritha namadlelo alo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Imindeni yabantwana bakwaMerari, abaseleyo kumaLevi, yabelwa esizweni sakwaZebuloni iJokineyamu namadlelo alo, neKarita namadlelo alo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 Kulabo baLevi ababesasele, ozalweni lukaMerari yanikezelwa esizwaneni sakwaZebuloni: iJokineyamu namadlelo alo, iKharitha namadlelo alo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 21:34
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nabafowabo, amaLevi, babemiselwe yonke imisebenzi yenkonzo yetabernakele lendlu kaNkulunkulu.


Oonyana bakaMerari ngenkatho ngokwemizalwane yabo, esizweni sakwaRubeni, nasesizweni sakwaGadi, nasesizweni sakwaZebuloni, imizi eyishumi nambili.


Abanye abantwana bakwaMerari banikwa esizweni sakwaZebuloni: iRimoni namadlelo alo, neThabhori namadlelo alo.


inkosi yaseKedeshi, eyodwa; inkosi yaseJokineyamu yaseKarmeli, eyodwa;


Umkhawulo wabo wenyukela elwandle naseMarala, wenyuka waya eDabaseti nasemfuleni ongaphambi kweJokineyamu;


NeKatati, neNahalali, neShimroni, ne-Idala, neBetlehema: imizi eyishumi nambili nemizana yayo.


Yonke imizi yamaGereshoni ngemindeni yawo yayiyimizi eyishumi nantathu namadlelo ayo.


iDimna nedlelo layo, neNahalali nedlelo layo; imizi emine.


Abantwana bakwaMerari ngemindeni yabo babenemizi eyishumi nambili esizweni sakwaRubeni, nasesizweni sakwaGadi, nasesizweni sakwaZebuloni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ