UJoshuwa 20:9 - Contemporary Zulu Bible 20249 Lena yayiyimizi emiselwe bonke abantwana bakwa-Israyeli nomfokazi ogogobele phakathi kwabo, ukuze noma ubani obulala umuntu engazi abalekele khona futhi angafi ngesandla somphindiseli wegazi, aze ame phambi kwenhlangano. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Leyo yayiyimizi emiselwe bonke abantwana bakwa-Israyeli nabafokazi ababegogobele phakathi kwabo, ukuze yilowo nalowo obulele umuntu ngesiphosiso abalekele khona, angafi ngesandla somphindiseli wegazi, aze eme phambi kwenhlangano. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 Lena kwakuyimizi eyehlukaniselwa bonke abantu bakwa-Israyeli nabafokazi ababegogobele phakathi kwabo, ukuze yilowo nalowo obulele umuntu ngephutha abalekele khona, angabulawa ngumphindiseli wegazi, aze ame phambi kwebandla kuthethwe icala lakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |