UJoshuwa 16:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Futhi abawaxoshanga amaKhanani ayakhe eGezeri; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabakwa-Efrayimi kuze kube namuhla, akhonza ngokuthela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Kodwa abawaxoshanga amaKhanani ahlala eGezeri, kepha amaKhanani ahlala phakathi kuka-Efrayimi kuze kube namuhla, aba yizinceku zokusebenza. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202010 Nokho-ke abakwazanga ukuwaxosha amaKhanani ayehlala eGezeri; ngakho-ke asahlala phakathi kwabakwa-Efrayimi kuze kube yinamuhla, kodwa bawenza izinceku zokubasebenzela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |