Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 15:62 - Contemporary Zulu Bible 2024

62 neNibisani nomuzi kaSawoti ne-Eni Gedi; imizi eyisithupha nemizana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

62 neNibishani, noMuzi kaSawoti, ne-Eni Gedi, imizi iyisithupha nemizana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

62 iNibhishani, uMuzi kaSawoti, ne-Eni Gedi; isiyonke imizi iyisithupha nemizana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 15:62
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwase kufika abanye bamtshela uJehoshafati, bathi: “Kukhona isixuku esikhulu esiza kuwe sivela ngaphesheya kolwandle ngaphesheya kwe-Aramu; bheka, baseHasazon-tamare eliyi-Eni Gedi.


Othandiweyo wami unjengesithungu sekamufi ezivinini zase-Engedi.


Kuyakuthi abadobi beme kuwo kusukela e-Eni Gedi kuze kube se-Eneglayimi; bayakuba yindawo yokweneka amanetha; izinhlanzi zazo ziyakuba ngezinhlobo zazo njengezinhlanzi zoLwandle Olukhulu, zibe ziningi kakhulu.


Kepha amaJebusi akhileyo eJerusalema abantwana bakwaJuda babengenakuwaxosha; kepha amaJebusi ahlala nabantwana bakwaJuda eJerusalema kuze kube namuhla.


UDavide wenyuka esuka lapho, wahlala ezinqabeni zase-Eni Gedi.


USawule esebuyile emva kwamaFilisti, watshelwa ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane lase-Eni Gedi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ