Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 15:41 - Contemporary Zulu Bible 2024

41 neGederoti, neBeti Dagoni, neNahama, neMakheda; imizi eyishumi nesithupha nemizana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 neGederoti, neBeti Dagoni, neNahama, neMakheda, imizi iyishumi nesithupha nemizana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

41 iGederothi, iBhethi Dagoni, iNahama, iMakheda; isiyonke imizi ili-16 nemizana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 15:41
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Owayephethe iminqumo nemikhiwane yasendle eyayisemathafeni kwakunguBhali-hanani umGederi, noJowashi owayephethe izisele zamafutha.


AmaFilisti ahlasela imizi yasethafeni neningizimu yakwaJuda, athumba iBeti Shemeshi, ne-Ajaloni, neGederoti, neSogo namaduka ayo, neThimna namadlelo ayo, neGimizo nemizana yalo bahlala khona.


Kwathi abangane bakaJobe abathathu bezwa ngakho konke lokhu okubi okumehleleyo, bafika, kwaba yilowo nalowo endaweni yakhe; uElifazi umThemani, noBhilidadi umShuhi, noSofari umNahama; ngoba benza isivumelwano sokudabuka kanye lokumduduza.


UJehova wabavusa phambi kuka-Israyeli, wababulala eGibeyoni ngokuceka okukhulu, wabaxosha endleleni ekhuphukela eBeti Horoni, wababulala kwaze kwaba se-Azeka naseMakheda.


Bonke abantu babuyela ekamu ngokuthula kuJoshuwa eMakheda; kakho owaphakamisa ulimi lwakhe komunye wabantwana bakoIsrayeli.


UJoshuwa wathatha iMakheda ngalolo suku, walichitha ngosiko lwenkemba, wabulala inkosi yalo ngesiqalekiso, bona nabo bonke abantu ababekulo; wenza enkosini yaseMakheda njengalokho enzile enkosini yaseJeriko.


inkosi yaseMakheda, inye; inkosi yaseBethele, eyodwa;


Waphendukela ngasempumalanga ngaseBeti Dagoni, wafika kwaZebuloni nasesigodini saseJeftayeli ngasenyakatho kwaseBeti Temeki naseNeyiyeli, waphuma waya eKabuli ngakwesokhohlo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ