Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 15:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Umkhawulo wasuka eBhahala ngasentshonalanga, waya entabeni yaseSeyiri, wadlulela eceleni kweNtaba iJeharimi eyiKesaloni ngasenyakatho, wehlela eBeti Shemeshi, wadlulela eThimna;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 umkhawulo wajika usuka eBahala ngasentshonalanga, waya entabeni yaseSeyiri, wadlula waya eceleni kwentaba yaseJeharimi ngasenyakatho, eliyiKesaloni, wehlela eBeti Shemeshi, wadlula ngaseThimna;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 bese uzungeza ngasentshonalanga eBhahala uye entabeni iSeyiri, wedlule ngasenyakatho yomthambeka wentaba iJeharimi okuyiKhesaloni, wehlele eBheth Shemeshi, wedlulele eThimina;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 15:10
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wazilungiselela, wahamba nabo bonke abantu ababe naye besuka eBali lakwaJuda ukuyokhuphula khona umphongolo kaNkulunkulu ogama lakhe liyigama likaJehova Sebawoti, ohlala phakathi kwamakherubi letha.


Kodwa u-Amasiya akalalelanga. Ngakho uJowashi inkosi yakoIsrayeli wenyuka; yena no-Amasiya inkosi yakwaJuda babhekana eBeti Shemeshi lakwaJuda.


AmaFilisti ahlasela imizi yasethafeni neningizimu yakwaJuda, athumba iBeti Shemeshi, ne-Ajaloni, neGederoti, neSogo namaduka ayo, neThimna namadlelo ayo, neGimizo nemizana yalo bahlala khona.


umkhawulo waphuma waya eceleni kwe-Ekroni ngasenyakatho, umkhawulo waphuma waya eSikroni, wadlula entabeni yaseBahala, waphuma waya eJabineyeli; ukuphuma komngcele kwakusolwandle.


iKhayini, iGibeya, neThimna; imizi eyishumi nemizana yayo;


no-Ister, neMigidaleli, neHoremu, neBetanati, neBeti Shemeshi; imizi eyishumi nesishiyagalolunye nemizana yayo.


ne-Ayini namadlelo alo, neJuta namadlelo alo, neBeti Shemeshi namadlelo alo; imizi eyisishiyagalolunye kulezo zizwe ezimbili.


USamsoni wehlela eThimna, wabona owesifazane eThimna evela phakathi kwamadodakazi amaFilisti.


USamsoni noyise nonina baya eThimna, bafika ezivinini zaseThimna; bheka, ibhongo lengonyama lambhongela.


Bhekani, uma ikhuphuka ngendlela isuka ogwini lwakubo, iye eBeti Shemeshi, usenze lobu bubi obukhulu; kepha uma kungenjalo, sizokwazi ukuthi akusona isandla sakhe esisishayileyo; kwakuyithuba elenzeke kithi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ