Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 14:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngakho iHebroni laba yifa likaKalebi indodana kaJefune, umKhenazi, kuze kube namuhla, ngokuba wamlandela uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ngokupheleleyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngalokho iHebroni laba yifa likaKalebi indodana kaJefuni, umKhenizi, kuze kube namuhla, ngokuba wamlandela uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ngokupheleleyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 IHebhroni laba yifa likaKhalebhu, indodana kaJefune umKhenizi, kuze kube namuhla, ngokuba wamlandela ngenhliziyo epheleleyo uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 14:14
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi kuye: “Hamba, ubheke ukuthi basahlezi kahle yini abafowenu nomhlambi; futhi ungilethele izwi futhi. Wamthuma esuka esigodini saseHebroni, wafika eShekemi.


indodana ka-Etheni, indodana kaSeraki, indodana ka-Adaya,


Ngakho qinani, izandla zenu mazingadangali, ngokuba umsebenzi wenu uyakuba nomvuzo.


Owesizwe sakwaJuda, uKalebi indodana kaJefune.


Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, yibani ngabagxilile, abangaxegiyo, abavame njalo emsebenzini weNkosi, nazi ukuthi ukusebenza kwenu akusilo ize eNkosini.


UJoshuwa walithatha izwe lonke njengakho konke uJehova abekushilo kuMose; uJoshuwa walinika u-Israyeli laba yifa ngokwezigaba zabo ngokwezizwe zabo. Izwe lazola ekulweni.


UJoshuwa wambusisa, wamnika uKalebi indodana kaJefune iHebroni njengefa.


Igama leHebroni laliyiKiriyati-Arba kuqala; u-Arba wayengumuntu omkhulu phakathi kwama-Anaki. Izwe laphumula empini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ