Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 13:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 kusukela eHeshiboni ukuya eRamatimispa naseBetonimi; kusukela eMahanayimi kuze kufike emngceleni waseDebiri;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 kusukela eHeshiboni kuze kufike eRamati Mispa naseBethonimi, kusukela eMahanayimi kuze kufike emkhawulweni weDebiri;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 kubuye kusuke eHeshibhoni kuye eRamathi Mizpha neBhethonimi, kusuke eMahanayimi kuya esifundeni saseDebhiri,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 13:26
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

neMispa; ngoba wathi: INkosi iyalinda phakathi kwami lawe, nxa singekho omunye.


UDavide esefikile eMahanayimi, noSobi indodana kaNahashi eRaba labantwana bakwa-Amoni, noMagiri indodana ka-Amiyeli eLodebari, noBarizilayi wakwaGileyadi waseRogelimi,


Kepha u-Abineri indodana kaNeri, induna yempi kaSawule, wathatha u-Ishi Bosheti indodana kaSawule, wamyisa eMahanayimi;


Inkosi yakoIsrayeli yasisithi ezincekwini zayo: Liyakwazi yini ukuthi iRamothi kwaGileyadi lingelethu, kodwa sithule singalikhiphi esandleni senkosi yeAramu?


U-Ahinadaba indodana ka-Ido wayenoMahanayimi.


Umkhawulo wabo wawuyiJazeri, nayo yonke imizi yakwaGileyadi, nenxenye yezwe labantwana bakwa-Amoni, kuze kufike e-Aroweri ephambi kweRaba;


nasesigodini iBeti-ram, neBeti Nimra, neSukoti, neSafoni, ingxenye eseleyo yombuso kaSihoni, inkosi yaseHeshiboni, neJordani nemikhawulo yalo, kuze kube semaphethelweni oLwandle lwaseKinereti ngaphesheya kweJordani, ngasempumalanga.


Ngaphesheya kweJordani ngaseJeriko ngasempumalanga bamisa iBezeri ehlane ethafeni esizweni sakwaRubeni, neRamoti kwaGileyadi esizweni sakwaGadi, neGolani eBashani esizweni sakwaManase.


Esizweni sakwaGadi, iRamoti kwaGileyadi nedlelo layo, umuzi okhululekileyo wokucekwa; neMahanayimi nedlelo layo,


Abantwana bakwa-Amoni babuthana, bamisa kwaGileyadi. Abantwana bakwa-Israyeli babuthana, bamisa eMispa.


UJefta wayesehamba namalunga akwaGileyadi, abantu bammisa waba yinhloko nombusi phezu kwabo; uJefta wakhuluma onke amazwi akhe phambi kukaJehova eMispa.


UMoya kaJehova wehlela phezu kukaJefta, wadabula kwaGileyadi noManase, wadabula eMispa kwaGileyadi, wadlula eMispa kwaGileyadi, waya kubantwana bakwa-Amoni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ