Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 13:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 nayo yonke imizi yasethafeni, nombuso wonke kaSihoni, inkosi yama-Amori, owayebusa eHeshiboni, owanqotshwa nguMose kanye nezikhulu zakwaMidiyani, o-Evi, noRekemi, noSuri, noHure, noReba, izikhulu zakwaMidiyani. USihoni, ohlala ezweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 nayo yonke imizi yasethafeni, nawo wonke umbuso kaSihoni inkosi yama-Amori owayebusa eHeshiboni, ambulalayo uMose kanye nezikhulu zakwaMidiyani, o-Evi, noRekemi, noSuri, noHure, noReba, izikhulu zikaSihoni ezazakhe kulelo zwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 okungukuthi yonke imizi esethafeni, nawo wonke umbuso kaShihoni inkosi yama-Amori, owayebusa eHeshibhoni, owanqotshwa nguMose nababusi bakwaMidiyani: u-Evi, uRekhemi, uZuri, uHure noRebha izikhulu zikaShihoni ezazakhe kulelo lizwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 13:21
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Igama lowesifazane wakwaMidiyani owabulawayo lalinguKoshibi, indodakazi kaSuri; wayeyinhloko yesizwe nendlu yenkosi kwaMidiyani.


Babulala amakhosi akwaMidiyani, ngaphandle kwabaseleyo kwababuleweyo; okungukuthi u-Ewi, noRekemi, noSuri, noHure, noReba, amakhosi ayisihlanu akwaMidiyani; UBileyamu indodana kaBeyori naye wababulala ngenkemba.


yonke imizi yaseThafeni, nalo lonke elakwaGileyadi, nalo lonke iBashani, kuze kube seSaliga nase-Edireyi, imizi yombuso ka-Ogi eBashani.


neBeti Peyori, ne-Ashidoti iPisiga, neBeti Jesimoti,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ