UJoshuwa 12:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Wabusa entabeni yaseHermoni, naseSaleka, naseBashani lonke, kwaze kwaba semkhawulweni wamaGeshuri, namaMahaga, nenxenye yakwaGileyadi, emkhawulweni kaSihoni inkosi yaseHeshiboni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 ebusa entabeni yaseHermoni, naseSaleka, nakulo lonke iBashani kuze kube semkhawulweni wamaGeshuri nowamaMahakhati, nenxenye yakwaGileyadi, umkhawulo kaSihoni inkosi yaseHeshiboni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 ebusa phezu kwentaba iHermoni, eSalekha, nakulo lonke iBhashani kuze kufike emngceleni wamaGeshuri nowaMahakhathi, nengxenye kwaGileyadi kuya emngceleni kaSihoni inkosi yaseHeshibhoni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kwathi lapho zonke izinduna zamabutho, zona namadoda azo, sezizwile ukuthi inkosi yaseBhabhiloni imise uGedaliya umbusi, zafika kuGedaliya eMispa: u-Ishmayeli indodana kaNethaniya, noJohanani, indodana kaKhareya, noSeraya, Indodana. KaThanhumethi umNethofa, noJahazaniya indodana yomMahagathi, bona namadoda abo.