Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 11:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Akusalanga noyedwa kuma-Anaki ezweni labantwana bakwa-Israyeli; kwasala eGaza, naseGati, nase-Ashidodi kuphela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Akusalanga noyedwa kuwo ama-Anaki ezweni labantwana bakwa-Israyeli; asala eGaza kuphela, naseGati, nase-Ashidodi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Akusalanga noyedwa kuma-Anaki ezweni labakwa-Israyeli; kwasala kuphela ingxenye eGaza, eGathi, nase-Ashidodi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 11:22
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi ekupheleni kweminyaka emithathu izinceku ezimbili zikaSimeyi zabaleka zaya ku-Agisi indodana kaMaga inkosi yaseGati. Bamtshela uSimeyi, bathi: “Bheka, izinceku zakho ziseGati.”


Emva kwalokho uDavida wawatshaya amaFilisti, wawanqoba, walithumba iGathi lemizi yalo esandleni samaFilisti.


noBeriya noShema, izinhloko zezindlu zawoyise zabakhileyo e-Ajaloni, abaxosha abakhileyo eGati.


Waphuma walwa namaFilisti, wadiliza ugange lwaseGati, nogange lwaseJabine, nogange lwase-Ashidodi, wakha imizi ngase-Ashidodi naphakathi kwamaFilisti.


Ngomnyaka uTharithani afika ngawo e-Ashidodi, lapho uSarigoni inkosi yase-Asiriya emthuma, walwa ne-Ashidodi, wayithumba;


Kepha uFiliphu wafunyanwa e-Azotu, wahamba eshumayela emizini yonke, waze wafika eKesariya.


Ama-Avi ayehlala eHazerimi kwaze kwaba se-Asa, amaKafitori aphuma eKafitori, awachitha, ahlala endaweni yawo.)


abantu abakhulu nabade, abantwana bama-Enaki obaziyo, ozwile ukuthi: Ngubani ongema phambi kwabantwana bakwa-Enaki?


UJoshuwa wababulala kusukela eKadeshi-Barineya kwaze kwaba seGaza, nalo lonke izwe laseGosheni kuze kufike eGibeyoni.


UKalebi wawaxosha khona amadodana amathathu ka-Anaki, oSeshayi, no-Ahimani, noTalimayi, amadodana ka-Anaki.


kusukela e-Ekroni kuze kube selwandle, yonke engase-Ashidodi nemizana yayo;


I-Ashidodi namadlelo alo namadlelo alo, neGaza namadlelo alo nemizana yalo, kwaze kwaba semfuleni waseGibithe noLwandle Olukhulu nomkhawulo walo;


UJuda wathumba iGaza nogu lwalo, ne-Ashikeloni nogu lwalo, ne-Ekroni nogu lwalo.


Lezi ziyizikhulu zamaFilisti eziyisihlanu, nawo onke amaKhanani, namaSidoni, namaHivi, ahlala entabeni yaseLebanoni, kusukela entabeni yaseBali-Hermoni kuze kube sekungeneni kweHamati.


Kwaphuma iqhawe ekamu lamaFilisti, igama likaGoliyati waseGati, obude bakhe buyizingalo eziyisithupha nobubanzi besandla.


AmaFilisti athatha umphongolo kaNkulunkulu, awususa e-Ebenezeri, awusa e-Ashidodi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ