UJoshuwa 10:27 - Contemporary Zulu Bible 202427 Kwathi ngesikhathi sokushona kwelanga, uJoshuwa wayala, futhi bayithatha emithini bayiphonsa emhumeni ababecashe kuwo, babeka amatshe amakhulu emlonyeni womhume. Esekhona kuze kube namuhla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Kwathi ngesikhathi sokushona kwelanga uJoshuwa wayala, bawehlisa emithini, bawaphonsa emhumeni lapho ebecashe khona, babeka amatshe amakhulu emlonyeni womhume; akhona nanamuhla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202027 Ekushoneni kwelanga uJoshuwa wayala, base beyawehlisa emithini, bawaphonsa emgedeni lapho ayekade ecashe khona, babeka amatshe amakhulu emlonyeni womgede; asekhona nanamuhla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |