Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 10:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Bonke abantu babuyela ekamu ngokuthula kuJoshuwa eMakheda; kakho owaphakamisa ulimi lwakhe komunye wabantwana bakoIsrayeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 bonke abantu babuyela ekamu* kuJoshuwa eMakheda ngokuthula, akwabakho onyakazisa ulimi lwakhe ngomuntu wabantwana bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Bonke abantu babuyela kuJoshuwa enkanjini eMakheda bephephile, akubanga bikho owake wakhuluma okubi ngo-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 10:21
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa akuyikubakho inja eyakunyakazisa ulimi lwayo komunye wabantwana bakwa-Israyeli, kumuntu noma esilwaneni, ukuze nazi ukuthi uJehova uyahlukanisa phakathi kweGibhithe no-Israyeli.


Asikho isikhali esenzelwa wena esiyophumelela; nalo lonke ulimi olukuvukelayo ekwahluleleni kumelwe ululahle. Leli yifa lezinceku zikaJehova, nokulunga kwazo okuvela kimi,” usho uJehova.


Udlala nobani? Uvulela bani umlomo wakho, ukhiphele ulimi lwakho? anisibo abantwana beziphambeko, inzalo yamanga na?


Lapho uJoshuwa nabantwana bakwa-Israyeli sebeqedile ukuwabulala ngokuceka okukhulu kakhulu aze aqedwa, insali yawo yangena emizini enezivikelo eziqinile.


UJoshuwa wayesethi: “Ngivuleleni umnyango womhume, nikhiphe lawo makhosi omahlanu emhumeni;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ