Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 9:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Badlula njengemikhumbi enejubane, njengokhozi olugijimela impango yalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Itshuza njengomkhunjana womhlanga, njengokhozi olutheleka empangweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Zitshuza njengesikebhe somhlanga, nanjengokhozi luphuthuma ukudla kwalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 9:26
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

OSawule noJonathani babebahle, bethandeka ekuphileni kwabo, nasekufeni kwabo abahlukananga; babenejubane kunezinkozi, babenamandla kunezingonyama.


Uyafuna ukugxilisa amehlo akho kulokho okungekho na? ngoba ingcebo yenza amaphiko; bandizela ezulwini njengokhozi.


othuma izithunywa ngasolwandle, yebo, ngezimbiza zomhlanga phezu kwamanzi, ukuthi: Hambani, nina zithunywa ezinejubane, esizweni esihlakazekile nesihlukene phakathi, kubantu abesabekayo kusukela ekuqaleni kuze kube manje; isizwe esilinganisiwe, esinyathelweyo, esilizwe laso imifula yalichitha;


Bheka, uyenyuka njengamafu, nezinqola zakhe zinjengesivunguvungu; amahhashi akhe anejubane kunezinkozi. Maye kithi! ngoba sonakele.


Abasizingelayo banejubane kunezinkozi zezulu; basixosha ezintabeni, basilindela ehlane.


Amahhashi aso anejubane kunezingwe, anolaka kunezimpisi zasebusuku; bayondiza njengokhozi oludla ngokuphangisa.


UJehova uyakulethela isizwe esivela kude, emikhawulweni yomhlaba, esindiza ngejubane njengokhozi; isizwe ongayikuzwisisa ulimi lwaso;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ