UJobe 6:22 - Contemporary Zulu Bible 202422 Ngithe: Ngiletheni? noma: Nginike umvuzo wempahla yakho? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 Ngasho yini ukuthi: ‘Ngipheni, ninginike isipho empahleni yenu,’ na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202022 Ngasho yini kini, ngathi: ‘Ngipheni isipho empahleni yenu’ na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.