Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 5:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Uyakufika ethuneni usumdala, njengesikhwebu sikakolweni ngesikhathi saso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Uyakufika ethuneni usuthi ngobudala njengeqhinqa lamabele ngesikhathi salo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Uyokufa usumdala impela, njengesixha samabele esibhulweni, ngesikhathi sawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 5:26
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kumelwe uye koyihlo ngokuthula; uzongcwatshwa usumdala.


U-Abrahama wayesephuma umphefumlo, wafa esemdala, esemdala, esanelisiwe yizinsuku; wabuthelwa kubantu bakhe.


Bheka, sikuhlolile, kunjalo; yizwe futhi ukwazi kahle.


Ngizomanelisa ngezinsuku ezinde futhi ngimenze abone insindiso yami.


Kakuyikulahli amazinyane azo, kumbe oyinyumba elizweni lakini; inani lezinsuku zakho ngiyakuligcwalisa.


Ukumesaba uJehova kwandisa izinsuku, kepha iminyaka yababi iyafinyezwa.


Ngokuba ngaMi izinsuku zakho ziyakuba-ziningi, neminyaka yokuphila kwakho iyakwandiswa.


Ngeke kusaba khona usana lwezinsuku, noma ixhegu elingakazigcwalisi izinsuku zalo; ngoba umfana uyakufa eleminyaka eyikhulu; kepha isoni esineminyaka eyikhulu siyakuqalekiswa.


UMose wayeneminyaka eyikhulu namashumi amabili ekufeni kwakhe; iso lakhe lalingafiphele, namandla akhe emvelo ayengakanciphi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ