Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 4:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwase kudlula umoya phambi kobuso bami; izinwele zenyama yami zasukuma;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kwadlula umoya ebusweni bami; uboya bomzimba wami bavuka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Kwedlula umoya ebusweni bami, waqubula uhlevane esikhumbeni sami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 4:15
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngehlelwa yingebhe nokuthuthumela, okwathuthumela onke amathambo ami.


Wema, kepha angikwazanga ukuhlukanisa isimo sawo; isithombe sasiphambi kwamehlo ami, kwathula, ngezwa izwi lithi:


owenza izingelosi zakhe zibe yimimoya; izinceku zakhe umlilo ovutha amalangabi.


Bazakwesaba; omaye nezinsizi ziyakubafica; bayakuba sezinhlungwini njengobelethayo; bayamangala omunye nomunye; ubuso babo buyakuba njengamalangabi.


Yathi kimi: “Daniyeli, indoda ethandekayo, qonda amazwi engiwakhuluma kuwe, ume uqonde, ngokuba manje ngithunyiwe kuwe. Lapho ekhuluma leli zwi kimi, ngema ngithuthumela.


Khona-ke ubuso benkosi bashintsha, futhi imicabango yayo yamethusa, kwaze kwaxebuka amalunga ezinkalweni zayo namadolo ayo ashayana.


Kuthe abafundi bembona ehamba phezu kolwandle, bashaywa luvalo, bethi yisithunzi; bakhala ngokwesaba.


Azisibo yini zonke omoya abakhonzayo, abathunyelwe ukukhonza ngenxa yalabo abayakuba yizindlalifa zensindiso na?


Nangezingelosi uthi: “Owenza izingelosi zakhe zibe yimimoya, nezikhonzi zakhe amalangabi omlilo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ