Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 39:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Uklebe uyandiza ngokuhlakanipha kwakho, welulele amaphiko akhe eningizimu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 “Uklebe uyandiza ngokuqonda kwakho, awelulele ngaseningizimu amaphiko akhe, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 “Ngabe kungokuhlakanipha kwakho yini uklebe endiza, elulele amaphiko akhe ngaseningizimu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 39:26
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uthi phakathi kwamacilongo: Ha, ha! wezwa impi isekude, ukuduma kwezinduna nokumemeza.


Ukhozi luyakhuphuka ngokulaya kwakho, lwakhe isidleke salo phezulu, na?


Izimbali ziyavela emhlabeni; isikhathi sokuhlabelela kwezinyoni sesifikile, nezwi likahobhe lizwakele ezweni lakithi;


Yebo, unogolantethe ezulwini uyazazi izikhathi zakhe ezimisiwe; nehobhe nenkonjane kuyasigcina isikhathi sokufika kwazo; kepha abantu bami abawazi ukwahlulela kukaJehova.


U-Aroni kumelwe alethe inkunzi yakhe yomnikelo wesono azenzele yena nendlu yakhe isihlawulelo, ahlabe inkunzi yomnikelo wesono eyakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ