Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 32:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Bheka, isisu sami sinjengewayini elingenawo umoya; selilungele ukuqhuma njengamabhodlela amasha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Bhekani, okuphakathi kwami kunjengewayini elingenambobo; kucishe ukuqhuma njengezimvaba ezintsha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Bhekani, isisu sami sifana newayini elingakavulwa, njengezimvaba zewayini ezintsha, zilungele ukuqhuma.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 32:19
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngoba ngigcwele uthuli, umoya ophakathi kwami uyangiqhubezela.


Ngiyakukhuluma, ukuze ngiqabuleke; ngizovula izindebe zami ngiphendule.


Ngase ngithi: “Angisayikumkhuluma, angisayikukhuluma egameni lakhe.” Kepha izwi lakhe lalinjengomlilo ovuthayo ovalelwe emathanjeni ami enhliziyweni yami;


Ngalokho ngigcwele ukufutheka kukaJehova; ngikhathele ukuzibamba; ngiyakuthululela phezu kwabantwana bangaphandle naphezu kwenhlangano yezinsizwa kanyekanye;


Ingonyama ibhongile, ngubani ongayikwesaba na? iNkosi uJehova ikhulumile, ngubani ongayikuprofetha na?


Kanjalo kabatheli iwayini elitsha ezimvabeni ezindala; funa izimvaba ziyaphuka, lichitheke iwayini, nezimvaba zonakale;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ