Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 31:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuba iyiphi ingxenye kaNkulunkulu evela phezulu? nefa lini likaSomandla elivela phezulu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba siyini isabelo ebesiyakuvela kuNkulunkulu phezulu, nefa likaSomandla ebeliyakuvela ekuphakameni, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Kanti siyini isabelo ebesiyakuvela kuNkulunkulu kweliphezulu, nefa ebeliyakuphuma kuSomandla ekuphakameni na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 31:2
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Namanje bheka, ufakazi wami usezulwini, nobufakazi bami buphakeme.


Lesi yisabelo somuntu omubi kaNkulunkulu, nefa amiselwe lona nguNkulunkulu.


Yeka ukuthi kaningi kangakanani ikhandlela lababi licinywa! futhi ukubhujiswa kwabo kuza kaningi kangakanani phezu kwabo! UNkulunkulu uhlakaza usizi ngentukuthelo yakhe.


Ukubusa nokwesaba kukuye, wenza ukuthula ezindaweni zakhe eziphakemeyo.


Lesi yisabelo sababi kuNkulunkulu nefa labacindezeli abayolithola kuSomandla.


Kepha uma uJehova enza okusha, umhlaba uvule umlomo wawo, ubagwinye kanye nakho konke okwabo, behlele egodini bephila; khona nizakuqonda ukuthi lamadoda aklolodela iNkosi.


Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, nombhede ungabi nasisihla, kepha izifebe neziphingi uNkulunkulu uyakuzahlulela.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ