Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 29:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Njengasemihleni yobusha bami, lapho imfihlakalo kaNkulunkulu iphezu kwetabernakele lami;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 yebo, njengasezinsukwini zokuvuthwa kwami, lapho ubuhlobo bukaNkulunkulu babuphezu kwetende lami;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 njengoba nganginjalo ezinsukwini zobunsizwa bami, lapho ubukhona bukaNkulunkulu babuphezu kwethende lami,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 29:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kawunalo yini uthango nxazonke zakhe lendlu yakhe laphezu kwakho konke akwenzileyo inhlangothi zonke? Wawubusisa umsebenzi wezandla zakhe, nempahla yakhe yanda ezweni.


Usuyizwile imfihlo kaNkulunkulu na? wena uzigcinele ukuhlakanipha na?


Lapho uSomandla eselami, abantwana bami bengizingelezele;


Imfihlo kaJehova ikulabo abamesabayo; futhi uyobazisa isivumelwano sakhe.


Ngokuba uyangithukusa etendeni lakhe ngesikhathi sokuhlupheka; uyangithukusa endaweni yokucasha yetende lakhe; Uzongimisa phezu kwedwala.


Ohlala endaweni yokucasha yoPhezukonke uyakuhlala emthunzini kaSomandla.


Ngoba omubi uyisinengiso kuJehova, kodwa imfihlo yakhe ikulabo abalungileyo.


Ngokuba nafa, nokuphila kwenu kufihliwe noKristu kuNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ