Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 24:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Isizalo siyamkhohlwa; impethu iyakumdlisa kamnandi; ngeke esakhunjulwa; nobubi buyophulwa njengomuthi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Isizalo siyamkhohlwa; izimpethu ziyamsobozela; akasayikukhunjulwa; ukungalungi kuyaphulwa njengomuthi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Isibeletho siyabakhohlwa, basobozelwe yizimpethu, abasayukukhunjulwa, ukungalungi kwephulwa njengesihlahla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 24:20
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngathi enkohlakalweni: Wena ungubaba; empethuni: Wena ungumama wami nodadewethu.


Wangibhubhisa nxazonke, ngahamba, wasusa ithemba lami njengomuthi.


Noma izimpethu emva kokuba isikhumba sami siwuqedile lo mzimba, nokho enyameni yami ngiyakumbona uNkulunkulu.


Bazakulala othulini, izimpethu zibasibekele.


Ngokuba manje ngabe ngilele ngithule, ngabe ngilele; ukube ngangizolile ngaleso sikhathi,


Ubuso bukaJehova bumelene nabenza okubi ukuba asuse ukukhunjulwa kwabo emhlabeni.


Ukukhunjulwa kolungileyo kubusisiwe, kodwa ibizo lababi lizabola.


Ngase ngibona ababi bengcwatshwa, ababephuma besuka endaweni engcwele, bakhohlwa emzini ababekwenza kuwo; futhi kuyize.


Bafile, abayikuphila; bafa, abayikuvuka; ngalokho wabahambela, wababhubhisa, waqeda konke ukukhunjulwa kwabo.


Owesifazane angamkhohlwa yini umntanakhe osancela, angayihawukeli indodana yesizalo sakhe? yebo, bangakhohlwa, kepha mina angiyikukukhohlwa wena.


Wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Gawulani umuthi, ninqume amagatsha awo, niwasuse amaqabunga, nihlakaze izithelo zawo; izilwane maziphume ngaphansi kwawo, nezinyoni emagatsheni awo.


Kalokhu izembe selibekiwe empandeni yemithi, ngakho yonke imithi engatheli izithelo ezinhle iyagawulwa, iphonswe emlilweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ