Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 14:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Amanzi amuka namatshe; futhi Uchitha ithemba lomuntu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 amanzi ayagubha amatshe; ukuphuphuma kwawo kuyakhukhula uthuli lomhlaba; kanjalo uyachitha nethemba lomuntu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 amanzi ayagudla amatshe, ukuphuphuma kwawo kukhukhula uthuli lomhlaba, nethemba lomuntu lishafiswe kanjalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 14:19
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, ngiletha uzamcolo wamanzi emhlabeni ukuba achithe yonke inyama okukuyo umoya wokuphila phansi kwezulu; nakho konke okusemhlabeni kuyakufa.


Futhi ngempela, intaba ewayo iyachithwa, nedwala liyasuswa endaweni yalo.


Liphi ithemba lami manje? ithemba lami ngubani ongalibona na?


Wangibhubhisa nxazonke, ngahamba, wasusa ithemba lami njengomuthi.


owachithwa kudala, osisekelo sakhe sakhukhulwa nguzamcolo;


Ngoba liyini ithemba lomzenzisi, lanxa ezuza, uba uNkulunkulu esusa umphefumulo wakhe?


Izinsuku zami ziyashesha kunenqola yomeluki, azikho ithemba.


Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, lawa mathambo ayindlu yonke yakwa-Israyeli; bheka, bathi: “Amathambo ethu omile, nethemba lethu liphelile; siqothulwe izingxenye zethu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ