Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 1:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwase kufika isithunywa kuJobe, sathi: “Izinkomo zazilima, nezimbongolo zaziklabile eceleni kwazo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 kwafika isithunywa kuJobe, sathi: “Izinkabi bezilima, izimbongolo ziklabile eceleni kwazo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 kwafika isigijimi kuJobe, sathi: “Izinkabi bezilima, izimbongolo ziklabe eduze nazo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 1:14
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwasekufika isithunywa kuDavida sathi: Izinhliziyo zamadoda akoIsrayeli zilandela uAbisalomu.


Kwathi ngolunye usuku amadodana akhe namadodakazi akhe edla, ephuza iwayini endlini yomfowabo omkhulu.


AmaSabeya azihlasela, azithatha; yebo, bazibulala izinceku ngosiko lwenkemba; mina ngedwa ngisindile, ukuze ngikubikele.


Ungabophela inyoti ngebhande layo emseleni na? noma uzolandela izigodi kimi?


Esinye isigijimi siyakuhlangana nesinye, nesithunywa sihlangane nesinye, ukwazisa inkosi yaseBabele ukuthi umuzi wayo uthathiwe nganxanye,


Isithunywa saphendula sathi: “U-Israyeli wabaleka phambi kwamaFilisti, futhi kwaba khona ukubulala okukhulu phakathi kwabantu, namadodana akho omabili, oHofini noFinehasi, afile, nomphongolo kaNkulunkulu wathathwa.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ