Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 52:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Wathatha nomthenwa emzini, owayephezu kwamadoda empi; namadoda ayisikhombisa ayeseceleni kwenkosi afunyanwa emzini; nombhali omkhulu wempi, owabutha abantu bezwe; namadoda angamashumi ayisithupha kubantu bezwe afunyanwa phakathi komuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 yathatha emzini induna eyayimiswe phezu kwamadoda empi, nabantu abayisikhombisa kwaba besebusweni benkosi abafunyanwa emzini, nombhali wenduna yempi eyayibala abantu bezwe, nabantu bezwe abangamashumi ayisithupha abafunyanwa phakathi komuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Emzini yathumba induna eyayengamele amabutho, nabantu abayisikhombisa ababeluleka inkosi abatholakala emzini, umbhali wenduna yamabutho eyayibala abantu ezweni, nabantu ababesezweni abangama-60 abatholakala emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 52:25
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emzini yathatha induna eyayimiswe phezu kwamadoda empi, lamadoda amahlanu ayesebusweni benkosi afunyanwa emzini, kanye lombhali webutho, owayeyinkosi. Abantu bezwe namadoda angamashumi ayisithupha kubantu bezwe abafunyanwa emzini;


Eceleni kwakhe kwakukhona oKarsena, noSethari, no-Admatha, noTarsisi, noMeresi, noMarsena, noMemukani, izikhulu eziyisikhombisa zasePheresiya naseMediya, ezabona ubuso benkosi, zaba ngabokuqala ukuhlala embusweni.


Wayesemfundela uBaruki encwadini amazwi kaJeremiya endlini kaJehova ekamelweni likaGemariya indodana kaShafani umbhali egcekeni elingaphezulu, ekungeneni kwesango elisha lendlu yethempeli. Jehova, phambi kwezindlebe zabo bonke abantu.


Xwayani ukuba ningadeleli noyedwa walaba abancinyane; ngokuba ngithi kini: Izingelosi zabo ezulwini zibona njalo ubuso bukaBaba osezulwini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ