Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 52:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kwakukhona isihloko sethusi phezu kwawo; ukuphakama kwesihloko esisodwa kwakuyizingalo eziyisihlanu, kukhona ukwelukiweyo nezinsingo phezu kwesihloko nxazonke, konke kwakungokwethusi. Nensika yesibili namabhomu kwakunje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Kwakukhona isihloko sethusi; ukuphakama kwesihloko esisodwa kwakuyizingalo eziyisihlanu; kwakukhona nenetha namapomegranati* phezu kwesihloko nxazonke, konke kwakungokwethusi; njengangale kwakunjalo nasensikeni yesibili enamapomegranati.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Kwakukhona isihloko sethusi; ukuphakama kwesihloko esisodwa kwakungamakhubhithi ayisihlanu; kwakukhona nenetha namahananadi phezu kwesihloko nxazonke, konke kwakwenziwe ngethusi; yayinjengaleyo nensika yesibili eyayinamahananadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 52:22
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinduna phezu kwezinsika zombili zazinamapomegranati phezulu malungana nesisu esasiphezu kwentambo; nezinetha zazingamakhulu amabili ngezinhla nxazonke kwesinye isihloko.


nezingodo ezingamakhulu amane emilukweni yomibili, izinhlu ezimbili zezinatha okhazimulweni munye ukumboza izindebe ezimbili zezihloko ezaziphezu kwezinsika;


Ukuphakama kwenye insika kwakuyizingalo eziyishumi nesishiyagalombili, isihloko phezu kwayo sasiyithusi, nokuphakama kwesihloko kwakuyizingalo ezintathu; amabele nezinsingo nxazonke phezu kwesihloko, konke kwakungokwethusi;


Wenza nezinsika ezimbili phambi kwendlu, ukuphakama kwazo kwakuyizingalo ezingamashumi amathathu nanhlanu, nesihloko esasiphezu kwaleyo naleyo sasiyizingalo eziyisihlanu.


Kumelwe ubophe izihloko ezimbili zamaketango amabili emabhokisini amabili, uwabophe ezizingeni zamahlombe zendwangu yamahlombe phambi kwawo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ