Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 52:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Futhi izinsika zethusi ezazisendlini kaJehova, nezitsha zokugezela nolwandle lwethusi okwakusendlini kaJehova amaKhaledi akuhlephula alithatha kuzo lonke ithusi aliyisa eBhabhiloni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Izinsika zethusi ezazisendlini yenkosi, nezinqe, nolwandle lwethusi okwakusendlini kaJehova amaKaledi akuhlephula, athuthela lonke ithusi lakho eBabele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Izinsika zethusi ezazisesigodlweni, izinqe, ulwandle lwethusi, konke okwakusendlini kaSimakade; amaKhaledi akufahlaza, kwathi konke okwakwenziwe ngethusi kwathuthelwa eBhabhele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 52:17
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nezitsha, nezinkezo, nezitsha, nezitsha, nemicengezi yomlilo yegolide elicwengekileyo; nezinti zegolide zeminyango yendlu engaphakathi, iNgcwelengcwele, nezeminyango yendlu, eyethempeli.


Bheka, izinsuku ziyeza, lapho konke okusendlini yakho nalokho oyihlo abakuqoqile kuze kube namuhla kuyakuthunjelwa eBabele; akuyikusala lutho, usho uJehova.


Zonke izitsha zendlu kaNkulunkulu, ezinkulu nezincane, nengcebo yendlu kaJehova, nengcebo yenkosi neyezikhulu zayo; konke lokhu wakuyisa eBabele.


Izinsika ezimbili, nolwandle olulodwa, nezinkunzi eziyishumi nambili zethusi ezaziphansi kwezinqe inkosi uSolomoni eyazenza endlini kaJehova, ithusi lazo zonke lezi zinto lalingenakulinganiswa.


Isitha selulele isandla saso phezu kwazo zonke izinto zalo ezithandekayo, ngoba libona ukuthi abezizwe babengena endlini yalo engcwele, owazilaya ukuthi bangangeni ebandleni lakho.


Ubude bompheme babuyizingalo ezingamashumi amabili, nobubanzi buyizingalo eziyishumi nanye; wangiyisa ezitebhisini ababekhuphuke ngazo kulo, kwakukhona izinsika ezinsikeni zomnyango, enye ngalapha nenye ngalapha.


UJehova wanikela uJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, esandleni sakhe kanye nengxenye yezitsha zendlu kaNkulunkulu aziletha ezweni laseShineyari endlini kankulunkulu wakhe; wazingenisa izitsha endlini yengcebo kankulunkulu wakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ