UJeremiya 51:62 - Contemporary Zulu Bible 202462 Uzakuthi: O Jehova, wena ukhulumile ngalendawo ukuyiqeda, ukuthi kungasala muntu kuyo, kungabi khona muntu kumbe isilwane, kodwa ukuthi ibe yinkangala kuze kube nininini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE62 uthi: ‘Jehova, wena ukhulumile ngale ndawo ukuba uyinqume ukuze kungabikho muntu ohlala kuyo, umuntu nasilwane, ngokuba iyakuba yihlane kuze kube phakade.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202062 uthi: ‘Simakade, Wena ukhulumile ngale ndawo ukuthi uzoyiqeda ukuze kungabi bikho muntu nasilwane okuhlala kuyo, ngoba izokuba yihlane, kuze kube phakade.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bhekani, ngiyakuthuma, ngithabathe zonke izizwe zasenyakatho, usho uJehova, noNebukadinesari, inkosi yaseBabele, inceku yami, ngizilethe phezu kwaleli zwe, naphezu kwabakhileyo kulo, naphezu kwazo zonke lezi zizwe ezizungezile, Uyobashaya ngesiqalekiso, abenze isimangaliso, inhlekisa, incithakalo kuze kube phakade.